This research, the first of its kind, focused on the relationship between occupational stress (OS), job satisfaction (JS), organisational commitment (OC), and job performance (JP) at three Ghanaian technical universities, addressing a gap in the existing research on these concepts in the context of technical universities in developing countries. Following a positivist, quantitative approach with a convenience sampling technique, data from 317 academics were collected via a cross-sectional survey. The findings support a significant negative influence of OS on JP, JS and OC, while JS positively predicted OC and JP. OC also positively predicted JP. Further, JS and OC emerged as mediators (including a joint mediating role) in predicting JP from OS. The study also found that gender and educational level did not significantly affect OS, JS, OC and JP. However, younger academics (under 45) exhibited greater OC, while lecturers experienced more stress than their counterparts in other academic ranks. This study is limited by its cross-sectional design, which limits the ability to infer causality. However, the findings of the study provide valuable insights into and information about the practical implications of academics’ OS, JS, OC and JP at three Ghanaian technical universities.
Lolu cwaningo, olokuqala ngqa, ukubheka ubudlelwaneni obuphakathi kwengcindezi yomsebenzi (OS), ukwaneliseka ngomsebenzi (JS), ukuzibophezela kwesikhungo (OC), kanye nendlela yokusebenza (JP) emanyuvesi ezobuchwepheshe amathathu ase-Ghana, lokhu kwenziwele ukubheka igebe elikhona ocwaningweni oselwenziwe ngalokhu ikakhulu kumanyuvesi asemazweni asathuthuka. Ngokulandela indlela eqondile, lapha sisebenzise ucwaningo lwamanani nohlelo lokuthatha amasampula, idatha esiyiqoqe kwabayizifundiswa abangama-317 kusetshenziswa inhlolovo ngokwezigaba ezahlukene. Imiphumela ivumelana nokuthi kunomthelela ongemuhle odalwa yiNgcindezi Yomsebenzi eNdleleni Yokusebenza, Nokwaneliseka Ngomsebenzi kanye Nokuzibophezela Kwesikhungo. Ukuzibophezela Kwesikhungo kuveza umthelela omuhle mayelana Nendlela Yokusebenza. Ngaphezu kwalokho, Ukwaneliseka Ngomsebenzi kanye Nokuzibophezela Kwesikhungo kuvela njengesixazululo (kuhlanganise nephuzu lokuxazulula ngokuhlanganyela) mayelana Nendlela Yokusebenza uma sibuka Ingcindezi Yomsebenzi. Ucwaningo luphinde lwathola ukuthi izinga lobulili nezemfundo alinamthelela omkhulu mayelana neNgcindezi Yomsebenzi, Ukwaneliseka Ngomsebenzi, Ukuzibophezela Kwesikhungo kanye Nendlela Yokusebenza. Kodwa-ke, izifundiswa ezisencane (ezingaphansi kwama-45) zibonise lukhulu ngoKuzibophezela Kwesikhungo, kanti othisha bona banengcindezi enkulu kunozakwabo abakwezinye izikhundla kwezemfundo. Ukuqoqa ulwazi eqoqweni labantu kulolu cwaningo kudale umkhawulo othile, owenze ukuba ingazeki imbangela yalokhu. Nakuba kunjalo, imiphumela yalolu cwaningo ihlinzeke ngemininingwane ebalulekile kanye nolwazi mayelana nemithelela okuyiyo Ngengcindezi Yomsebenzi, Ukwaneliseka Ngomsebenzi, Ukuzibophezela Kwesikhungo kanye Nendlela Yokusebenza kwezifundiswa emanyuvesi ezobuchwepheshe amathathu ase-Ghana.
Hierdie navorsing is enig in sy soort en het op die verhouding tussen beroepstres (BS), werksbevrediging (WB), organisasieverbintenis (OV) en werksprestasie (WP) by drie tegniese universiteite in Ghana gefokus. Die navorsing het gepoog om ’n gaping in bestaande navorsing oor hierdie konsepte binne die konteks van tegniese universiteite in ontwikkelende lande te probeer oorbrug. ’n Positivistiese, kwantitatiewe benadering met ’n gerieflikheidsteekproefnemingstegniek is gevolg om data van 317 akademici met behulp van ’n deursnee-opname te versamel. Die bevindinge ondersteun ’n beduidend negatiewe invloed van BS op WP, WB en OV onderwyl BW ’n positiewe voorspeller van OV en WP is. OV het ook WP positief voorspel. Verder het WB en OV na vore gekom as bemiddelaars (insluitend ’n gesamentlike bemiddelaarsrol) in die voorspelling van WP vanaf BS. Die studie het ook gevind dat geslag en opvoedkundige vlakke nie ’n beduidende invloed op BS, WB, OV en WP uitoefen nie. Jonger akademici (onder 45) het egter groter OV getoon, onderwyl dosente meer stres as hul eweknieë uit ander akademiese geledere ervaar. Hierdie studie word deur sy deursnee-ontwerp beperk aangesien dit die vermoë om oorsaaklikheid af te lei, beperk. Die studie se bevindinge bied egter waardevolle insigte in en inligting oor die praktiese implikasies van akademici se BS, WB, OV en WP by drie tegniese universiteite in Ghana.