dc.contributor.author |
Mthembu, Ntokozo
|
|
dc.date.accessioned |
2018-08-13T09:39:31Z |
|
dc.date.available |
2018-08-13T09:39:31Z |
|
dc.date.issued |
2018-08-06 |
|
dc.identifier.uri |
http://hdl.handle.net/10500/24576 |
|
dc.description.abstract |
Ngokufingqiwe
Ukuqhoqhobalwa kwezwekazi i-Alkabulan ngamazwe aseNtshonalanga kubonakala ekukhiqizweni komnotho kanye nolwazi ezikhungweni zemfundo ephakeme. Lokhu kubonakala lapho ulwazi, nezilimi kanye nendlela yokubuka ngeso laseNtshonalanga kuphoqelekile futhi kugcizelelwa kwizifundo zobuchwepheshe. Lesisimo sinomthelela ekutheni abantu base-Afrika kanye nabafundi kwizikhungo eziphakeme bazibandakanye kumbhedukazwe obizwa ngokuthi i-#Ushintsho kuhla lokufunda [#Curriculum Transformation]. Leliphepha limayelana nokubuyekezwa kwezindlela zesintu zokuhlaziya kanye namasu okumele asetshenziswe ezikhungweni zemfundo ephakeme eNingizimu ye-Alkabulan. Lokhu kuzokwenziwa ngokuba kubhekwe indlu yendilinga yona eyisakhiwo esiphambili e-Alkabulan njengesu lokuzibuyekeza kokuzazi kwabantu abamnyama. |
en |
dc.language.iso |
isiZulu |
en |
dc.publisher |
Unisa |
en |
dc.subject |
Indilinga, Iqhugwane, ukucwaninga, ukuzazi, ulwazi, umuntu omnyama, imimoya |
en |
dc.title |
Inkolelo yokuphila ungunaphakade e-Alkabulan [Afrika]: Umnyombo wesakhiwo sendilinga/iqhugwane/ uguqasithandaze |
en |
dc.type |
Learning Object |
en |
dc.description.department |
Sociology |
en |