Institutional Repository

Ukwethulwa kwabalingiswa besifazane ngababhali besilisa nabesifazane : ukuqhathanisa

Show simple item record

dc.contributor.advisor Masuku, Norma en
dc.contributor.author Mdletshe, Simamile Nontokozo en
dc.date.accessioned 2011-10-24T08:19:12Z
dc.date.available 2011-10-24T08:19:12Z
dc.date.issued 2011-11
dc.date.submitted 2011-10-24
dc.identifier.citation Mdletshe, Simamile Nontokozo (2011) Ukwethulwa kwabalingiswa besifazane ngababhali besilisa nabesifazane: ukuqhathanisa, University of South Africa, Pretoria, <http://hdl.handle.net/10500/4946> en
dc.identifier.uri http://hdl.handle.net/10500/4946
dc.description isiZulu text en
dc.description.abstract Esahlukweni sokuqala, besingenisa ucwaningo lonkana futhi sethula nenjongo yalolu cwaningo ukuze ofundayo asheshe abe nesithombe ngokuzolandela ezahlukweni ezilandelayo. Sizamile ukuveza isisekelo nokubaluleka kwalolu cwaningo njengoba sivezile ukuthi isicwaningwe kakhulu imibhalo yabesilisa ngakho-ke sizoke sibheke eyabesifazane neyabesilisa sicubungula ukuthi yibaphi abethula abalingiswa besifazane kangcono kunabanye. Sibe sesibheka nezindlela zokuhluza imibhalo. Kuso lesi sahluko sethule isakhiwo socwaningo lapho siveze zonke izahluko nokuthi yini umongo wesahluko ngasinye. Esahlukweni sesibili, bese singena-ke sigxila kuzo izindlela zokucubungula imibhalo ezikhethelwe lolu cwaningo. Kulolu cwaningo sigxile kakhulu kuyiwumanizimu nesemiyothikhi. Sizichazile-ke lezi zindlela zokucubungula imibhalo. Isemiyothikhi inezimpawu eziningi ezithinta abalingiswa emibhalweni esiyivezile sayichaza kafuphi. Esahlukweni sesithathu, sibe sesiqala wona umshikashika wokucubungula imibhalo engamanoveli ebhalwe ngabesifazane. Kuningi ebe kade singakubheka emanovelini kodwa ngoba injongo yalolu cwaningo lwethu ukubheka ukuthi abesifazane bethulwe kanjani nezinto ezibathintayo sisebenzise izimpawu ezimbalwa. Sibone kuzosiza ukuqale siyifingqe indaba yonke bese sidingida lezo zinto esizibone zithinta abesifazane enovelini. Esahlukweni sesine, sicubungule amanoveli abhalwe ngabesilisa ngenhloso yokuthola ukuthi bavezwe kanjani abesifazane ngababhali besilisa. Besifisa ukubona ukuthi ukonakala okuye kuvezwe ngabesilisa emibhalweni ngabesifazane kukuliphi izinga. Esahlukweni sesihlanu, bese sisonga, sincoma sibuka esikwenzile esahlukweni ngasinye. Kubuye kwabaluleka ukuba sibheke ukuthi empeleni yibaphi ababhali phakathi kwabesifazane nabesilisa abaveza abalingiswa besifazane kangcono sisho nezizathu ezenza sithi uhlobo lwababhali oluthize lubethula kangcono abalingiswa besifazane. Ake sijeqeze kancane khona ukwethulwa kwabalingiswa sesisonga lolu cwaningo lwethu. zu
dc.description.abstract Chapter 1 is introducing the research and introduces its aim so that it could be easy for the reader to depict what the whole study will be about. This chapter has also laid the background to the study as it has been said that lot of research has been done with books written by males. The focus will be on both male and female writers trying to find out who portrays female characters better. We therefore looked at the ways of analyzing literature and the structure and the gist of each chapters. Chapter 2 we engaged in theory or the ways of analyzing literature that is used in this research. The study will mostly embark on womanism and semiotics which have been described. Chapter 3 focuses on analyzing novels written by female writers Msimang Nelisile, Shange Maphili, Langa Zakithi and Zulu Nelisiwe. The focus is on the women portrayal. The chapter starts with a summary. Chapter 4 has its focus on analyzing novels written by male writers Molefe Lawrence and Wanda Mjajisi. The aim was also to find out how women are portrayed by male authors. We wanted to find out the extent of the corruption of female characters as portrayed by males in their literature. Chapter 5 this chapter summarizes and appreciates what has been done in other chapters. There was also a need to compare between the male and female writers, who portrayed females better than the other and give reasons for that judgment. en
dc.format.extent 1 online resource (xv, 111 leaves) en
dc.language.iso zu en
dc.subject Lwumanizimu zu
dc.subject Isemiyothikhi zu
dc.subject Indlela egcizelela isimo zu
dc.subject Ukuvezwa kwabesifazane zu
dc.subject Ababhali besilisa zu
dc.subject Ababhali besifazane zu
dc.subject Amasiko esiZulu zu
dc.subject Abalingiswa besifazane zu
dc.subject Womanism en
dc.subject Semiotics en
dc.subject Structural approach en
dc.subject Women portrayal en
dc.subject Male writers en
dc.subject Female writers en
dc.subject Zulu culture and female characters en
dc.subject.ddc 896.39863209
dc.subject.lcsh Characters and characteristics in literature en
dc.subject.lcsh Women in literature en
dc.subject.lcsh Zulu fiction -- History and criticism en
dc.subject.lcsh Sex role in literature en
dc.title Ukwethulwa kwabalingiswa besifazane ngababhali besilisa nabesifazane : ukuqhathanisa zu
dc.title.alternative A depiction of female characters by male and female authors : a comparison en
dc.type Dissertation en
dc.description.department African Languages en
dc.description.degree M.A. (African Languages) en


Files in this item

This item appears in the following Collection(s)

Show simple item record

Search UnisaIR


Browse

My Account

Statistics