Institutional Repository

Udaba lokwethulwa kohlaka lwezifundo zabantu bendabuko [Afrikology] ezikhungweni zemfundo ephakeme eNingizimu Afrika

Show simple item record

dc.contributor.author Mthembu, Ntokozo
dc.date.accessioned 2019-09-19T12:34:01Z
dc.date.available 2019-09-19T12:34:01Z
dc.date.issued 2019-07-16
dc.identifier.uri http://hdl.handle.net/10500/25785
dc.description.abstract Leli phepha lizodinginga udaba olumayelana nokubaluleka kanye nokwethulwa kohlaka lokufunda ngabantu bendabuko eAfrika [Afrikology] ezikhungweni zemfundo ephakeme eNingizimu Afrika njengesu lokuxazulula futhi nokuvala igebe njengoba ezemfundo zaziwa kakhulu ngokuqhakambisa amagugu namasiko aseNtshonalanga ngisho nangezindlela zokuhlaziya imbala. Lizosebenzisa umbhalo kaNabudere kanye noAsante ekuchazeni ukubaluleka kokubuyiselwa komgomo wamandulo waseAfrika wokuzazi kwabantu abansundu. Inhloso yaleli phepha lizokhanyisa ukusetshenziswa kwemibono kanye nezindlela zokubuka isimo kanye nenmpilo yomuntu ezihambisana nokusenziswa kwezinhlaka zolwazi ezigxile kulwazi olidabuka eAfrika. Ligcine ngokuphakamisa ukwamukelwa nokusetshenziswa kohlaka lokufunda ngabantu bendabuko eAfrika [Afrikology] njengesilinganiso sezinhlaka zokuhlaziya phakathi kolwazi lwaseNtshonalanga elaziwa ngeZifundo zempilo yabantu [sociology] kanye neZifundo ngabantu baseAfrika [Afrikology]. en
dc.language.iso other en
dc.subject Izifundo zendabuko en
dc.subject Izikhungo zemfundo ephakeme en
dc.subject Afrikology en
dc.subject Afrika en
dc.subject Research Subject Categories::SOCIAL SCIENCES en
dc.title Udaba lokwethulwa kohlaka lwezifundo zabantu bendabuko [Afrikology] ezikhungweni zemfundo ephakeme eNingizimu Afrika en
dc.type Presentation en
dc.description.department Sociology en


Files in this item

This item appears in the following Collection(s)

Show simple item record

Search UnisaIR


Browse

My Account

Statistics