Institutional Repository

Ukusebenzisa indlela eyinqubo-mgomo yase-Afrika yokucwaninga isimo kanye nempilo yomuntu: ukubuyekezwa kwenqubo kaTahuti/ Djehowtey yokuhlaziya izehlakalo nolwazi

Show simple item record

dc.contributor.author Mthembu, Ntokozo
dc.date.accessioned 2018-08-17T12:23:09Z
dc.date.available 2018-08-17T12:23:09Z
dc.date.issued 2018-07-02
dc.identifier.uri http://hdl.handle.net/10500/24698
dc.description.abstract Leli phepha limayelana nenqubo ekumele ilandelwe uma kuchazwa noma kucwaningwa ngesimo nanoma ingani ephathelene nabantu base-Afrika futhi ebukeka kuyindlela engahambisani nezindlela ezilandelwayo njengamanje. Leli phepha lizoqala ngokubheka indlela esetshenziswa umuntu ngamunye uma ezama ukuqonda ngesimo azithola ephila kusona, njengoba kujwayelekile ukuthi uqala ukulandela indlela ahlangabezana nayo njengokuqonda isimo azithola ekusona futhi kuba umkhawulo wocwaningo. Okwesibili, lizobheka isisekelo sohlaka lokucwaninga lwendlela yaseKhushi esetshenzisiwe kuleli phepha. Okwesithathu, lizobheka ukubuyekezwa kwenqubo yokuhlaziya kaDjehowtey nemisebenzi yakhe. Okokugcina, lizobheka imigomo elandelwayo uma kusetshenziswa imisebenzi kaDjehowtey. Ekugcineni, lizophetha ngokubuyekeza kafishane obekushiwo iphepha. en
dc.language.iso isiZulu en
dc.publisher Unisa en
dc.subject Ukucwaninga en
dc.subject Inqubo-mgomo en
dc.subject izehlakalo/ isimo en
dc.subject Tahuti en
dc.subject Djehowtey/ Tahuti en
dc.subject Afrika en
dc.subject Ulwazi lwendabuko en
dc.subject Ukucwaninga kwaseAfurika en
dc.title Ukusebenzisa indlela eyinqubo-mgomo yase-Afrika yokucwaninga isimo kanye nempilo yomuntu: ukubuyekezwa kwenqubo kaTahuti/ Djehowtey yokuhlaziya izehlakalo nolwazi en
dc.type Article en
dc.description.department Sociology en


Files in this item

This item appears in the following Collection(s)

Show simple item record

Search UnisaIR


Browse

My Account

Statistics